Jump to content

Umbibithwa

Kubuya ku Wikipedia

Umbibithwa (noma ombibithwa) bayiqembu longwaqa abangomvinjwa (futhi mhlawumbe navanye omfuthwambhanqwa) enenqubo ehlanganisiwe ye-I-glottalic ingressive ne-I-pulmonic egressive airstream.[1] Okungukuthi, ukugeleza komoya kulawulwa ngokuhambisa umbono yomphimbo phansi ukujoba ukukhishwa komoya emaphashini.

Umbibithwa ungwaqa okuthi lapho umoya uvuleleka udonsekele phakathi. Isibonelo: b [ɓ]

Amaphatho

[hlela | Hlela umthombo]
  1. ↑ Ball, Martin J.; Müller, Nicole (2014-02-04). Phonetics for Communication Disorders. doi:10.4324/9781315805573. ISBN 978-1-315-80557-3.